iLukuluku
iLukuluku
All Ears FM
uNomasiko noSibusiso bahlaziya isayensi ukuze sazi kangcono ngomhlaba esiphila kuwo kanye nezindlela isayensi esebenza ngayo ukuthola ulwazi. Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu - let's talk science in our language - iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.
The Moon
Inyanga ikhanyisa ubumnyama kwase busuku, iphinde ishintshe ngaso sonke isikhathi. Iyini inyanga futhi inam’thelela muni ezimpilweni zethu? Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener for privacy information.
Jun 28, 2022
34 min
Lightning
Ukuduma kwezulu nokushaya kom’bani kuyathusa, kuphinde kube ingozi. Ingabe yini le esuke yenzeka esibhakabhakeni edala lo msindo nokukhanya okukhulu? Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener for privacy information.
Jun 28, 2022
31 min
ADHD
Kuke kwenzeke ukuthi ukhohlwe izinto uma ufunda noma usebenza noma uphithizelelwe umqondo ngenxa yokucabanga izinto eziningi ngesikhathi esisodwa? Kungezeka ukuthi une-ADHD. Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener for privacy information.
Jun 28, 2022
21 min
Time
Siyini isikhathi? Usuku, inyanga, unyaka; zonke izinto ezikala isikhathi eziphinda zichaze indilinga ephindaphindayo njengewashi.See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
15 min
Dreams
Amaphupho asifikela ebusuku silele bese sithola imiyalezo mayelana nezimpilo zethu. Isayensi ithi amaphupho asitshela indlela imiqondo yethu esebenza ngayo ukuze siwazi kahle umhlabaSee omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
15 min
Sleep Paralysis
Kunabantu abathi bayacindezeleka ebusuku belele kube sengathi kukhona isilwane phezu kwabo. Isayensi inezimpendulo ngalento ethusayo nokuthi kuliwa kanjani nayo.See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
15 min
Climate Change
Ukuguquka kwesimo sezulu kuyinto ohulumeni bomhlaba abacabanga kabanzi ngakho. Yini ingozi eqhamuka nalokhu kuguquka?See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
18 min
The Immune System
Amasosha omzimba alwa namagciwane adala izifo ngaso sonke isikhathi, asebenza kanjani uma elwa ukuze siphile?See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
13 min
Evolution
Engabe abantu bavelaphi? Isayensi ithi imvelaphi yabantu ihambisana nemvelaphi yezilwane nakho konke okuphila emhlabeni. Kwaziwa kanjani lokhu?See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
16 min
The Big Bang
Izinkolo eziningi zinezindaba ezichaza ukusombuluka/ukuqala komhlaba. Ingabe ithini isayensi?See omnystudio.com/listener for privacy information.
Apr 1, 2022
15 min
Load more