Asikhulume NoMkhul’ Omncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿 Podcast

Asikhulume NoMkhul’ Omncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿

DR Z T NZIMANDE
Siyakwamukela KwaStay Healthy Studio Lapho Sizobe Sikhuluma Sibhunga Impela Ngezamasiko Esizwe Esimnyama Kanye Nokubaluleka Kwawo. Sizobe Sesikhuluma Ngezinto Zalekhaya AmaProducts Kanye NamaServices Alekhaya. Lapho Sibala Izinto Zokuvula Inhlanhla Owazalwa Nayo, Izinto Zokuqinisa Uthando Lwababili, Izikhafulo Kanye Nezinto Zokudonsa Umsebenzi Mawumuntu WeBusiness. Ozobe Ephethe Uhlelo Njalo Njalo, Uye uDokotela Wenu uNzimande, uMkhul’ oMncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿
Izono Zabazali Zowela Ezinganeni “Izithwalo Ezinobungozi”
Lana sikhuluma ngezinqumo zabazali zasemhlabeni ezigcina ziwumthwalo onzima ezinganeni uma esengasekho umzali emhlabeni. Sibe sesibalula nezindlela zokulungisa ukuze Isimo sasekhaya siqhubekele phambili ngaphandle kokulimaza inhlalakahle yekhaya 🙏🏿🙏🏿
Jan 4, 2021
39 min
Asikhulume NgeNkolo NoMkhul’ Omncan’ uNomandla
Njengoba Kuyisonto Ngithe Angikhulume Ngithi Ukundlaleka Impela NgeNkolo Ngoba Iningi Lesizwe Esimnyama Selwaduka Lwalandela Izinkolo Zamanye Amazwe Salahlekelwa Impande/Imvelaphi Yethu 🙏🏿🙏🏿
Oct 18, 2020
15 min
Intro
Oct 18, 2020
59 sec